Lyrics

Kanti nhloboni yothando lena Lena engapheli noma esengalile Kanti nhloboni yothando lena Lena engapheli noma esengalile Kanti nhloboni yothando lena Lena engapheli noma eseng'lahlile Vele uxole nawe nhliziyo yami Ngoba uyabona ukuthi akasangi thandi Ngicela uxole nawe nhliziyo yami Ngoba uyabona ukuthi akasangi thandi Yekela uk'lokhu unghlupha ung'hlupha ungfuna yena Uthi angimthathephi, umbonile ung'shiye phamb'kwakho bo Yekela uk'lokhu unghlupha ung'hlupha ungfuna yena Uthi angimthathephi, umbonile ung'shiye phamb'kwakho bo Wehlule ngimncenga ngikhala izinyembezi Wavele wahamba sengathi akakaze angithande Wehlule ngimncenga ngiguqa ngama dolo phansi Wavele wahamba sengathi akakaze angithande Kanti nhloboni yothando lena Lena engapheli noma esengalile Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho Kanti nhloboni yothando lena Lena engapheli noma esengalile Kanti nhloboni yothando lena Lena engapheli noma eseng'lahlile Wehlule ngimncenga ngikhala izinyembezi Wavele wahamba sengathi akakaze angithande Vele uxole nawe nhliziyo yami Ngoba uyabona ukuthi akasangi thandi Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho Kungcono uhlule ungathandi muntu, Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho
Writer(s): Senzo Ntencane Zondi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out