Featured In
Top Songs By Simmy
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Simmy
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Simphiwe M. Nhlangulela
Composer
Lyrics
[Intro]
Awu seng'ze ngam'thola ofana nawe
Ufun' uqobo lwami, lutho oluningi
Asevele akubona amehlo 'ami
Nenhliziyo yami yona isivumile
[Verse 1]
Oh kuphele izinsuku, k'phele amaviki
K'phele nezinyanga ngicinga wena
Oh kuphele izinsuku, k'phele amaviki
K'phele nezinyanga ngicinga wena, ngicinga wena
[Chorus]
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng'funana nonjengawe

[Verse 2]
Sengize ngam'thola ofana nawe
Omelana nami awubuz' okuningi
Usuvele wakukhetha umunwe wami
Nengqondo yami yona isivumile
[Verse 3]
Oh kuphele izinsuku, k'phele amaviki
K'phele nezinyanga ngicinga wena
Oh kuphele izinsuku, k'phele amaviki
K'phele nezinyanga ngicinga wena, ngicinga wena
[Chorus]
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng'funana nonjengawe
Written by: Simphiwe M. Nhlangulela, Sithole Tresure Sanele