Top Songs By Nduduzo Matse
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Nduduzo Matse
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lungelo Matse
Songwriter
Lyrics
La embusweni wezulu thina (Siphila kamnandi)
Thina siphila ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Inkosi yezulu (Yeb' inkosi)
Yonifeza zonk' izidingo (Yonifeza zonk' izidingo)
La embusweni wezulu siphila kamnandi thina (Siphila kamnandi)
Oh, ke siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Inkosi emazulwini (Yeb' inkosi)
Yonifeza zonk' izidingo (Yonifeza zonk' izidingo)
Ngithi nongena mali naye uyathenga adle ngokukholwa kwakhe (Siphila kamnandi)
Oh, ke siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Siyabonga Jesu inkosi yezulu (Yeb' inkosi)
Yonifeza zonk' izidingo zethu (Yonifeza zonk' izidingo)
Sithi nabagulayo nabo bayasinda kulombuso wezulu (Siphila kamnandi)
Mbonge Jesu, thina siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Hey, uJehovah emazulwini le ke (Yeb' inkosi)
Yen' uyasinaka ukufeza zonk' izidingo zethu (Yonifeza zonk' izidingo)
Sithi woza nawe uyabizelwa kulo mbuso wezulu (Siphila kamnandi)
Oh, ke siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Haibo inkosi yezulu ke (Yeb' inkosi)
Yonifeza zonk' izidingo zethu (Yonifeza zonk' izidingo)
Eyi, woza wena uthi one, ah, two, ah, three
Woza, woza, wenze uthi one, two, three
Haibo yenza nawe wenze manje
Haibo wazobuye wenza kanje bonk' abantu bayethe ne
Yenza nawe wenze kanje
Hallelujah
Haibo, haibo, haibo, haibo
Asenze ke wenze kanje ushaye njengomswenko
One, one
Haibo
Hallelujah
Asike sithi
La embusoweni wezulu wo siphila kamnandi thina ke (Siphila kamnandi)
Thina siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Sing it everybody inkosi yezulu ke (Yeb' inkosi)
Yonifeza zonk' izidingo (Yonifeza zonk' izidingo)
Hey, ngithi la embusoweni wezulu siphila kamnandi thina ke (Siphila kamnandi)
Wo, ke siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Ah, yebo baba inkosi yezulu ke (Yeb' inkosi)
Yonifeza zonk' izidingo (Yonifeza zonk' izidingo)
Ngithi nawe ke uyabizelwa kulo mbuso wezulu (Siphila kamnandi)
Wo, ke siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Wo, uJehovah emazulwini ke (Yeb' inkosi)
Yonifeza zonk' izidingo zethu (Yonifeza zonk' izidingo)
Eh, baba
Ngithi woza nawe uyabizelwa kulombuso wezulu (Siphila kamnandi)
Wo, ke siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Inkosi yezulu ke (Yeb' inkosi)
Yonifeza zonk' izidingo (Yonifeza zonk' izidingo)
Asike sizwe indlu, embusweni wezulu thina bangcwele (Siphila kamnandi)
Thina siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Ujehovah emazulwini ke (Yeb' inkosi)
Yona yenza njeni na kodwa (Yonifeza zonk' izidingo)
Bathi nongela mali naye uyathenga adle kulo mbuso wezulu (Siphila kamnandi)
Haibo, wo, siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Ake ngibone abazalwane abanakekelwe ngamazulu
Ngithi woza nawe uyabizelwa kulo mbuso wezulu (Siphila kamnandi)
Wo, ke siphila ngo-ngokukholwa kwethu (Siphila ngokukholwa)
Ujehovah ekhay' ezulwini (Yeb' inkosi)
Oh, na-na-na-na-na-na (Yonifeza zonk' izidingo)
Siphila kamnandi
Siphila ngokukholwa
Inkosi
Ifeza zonk' izidingo
Siphila kamnandi
Akuna trouble, akuna stress
Siphila ngokukholwa
Inkosi
Ifeza zonk' izi (Dingo)
Hallelujah
Written by: Lungelo Matse