Top Songs By NOMAKHOSINI
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
NOMAKHOSINI
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Phumlani Msawenkosi Xulu
Composer
nokubonga nokwanda zulu
Songwriter
Lindokuhle Mqobi Msimango
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
DaNationbeatz
Producer
Sabelo Siphiwe Mpungose
Mixing Engineer
Lyrics
[Intro]
Ukuk'thanda ngiyakuthanda
Bengicela wazi
Mina angisafuni ngami
[Verse 1]
Wena uyisithandwa sami
Bengicela wazi
Mina angisathandi ngami
Nayi nemizwa yami
Bonhlala wazi mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
[Verse 2]
Wena usungowenhliziyo yami
Angifuni ukukuthwesa amacala ongawazi
Ngicela uthembeke kimi dali
Sebebaningi bengitshela bayangithanda
Bengicela uhluke kubo
[Verse 3]
Uthando lwami senginikelele kuwe
Bengicela ungimamelisele
Ngicela ungingi-cheat'eli dali
bengicela uthembeke
Amathambo ami alelekuwe
[Verse 4]
Ngoba angisafuni ngami
Umoya wami wephukile dali
Wephukile owwww hayi
Wephukile
[Verse 5]
Ukuk'thanda ngiyakuthanda
Bengicela wazi
Mina angisafuni ngami
[Verse 6]
Wena uyisithandwa sami
Bengicela wazi
Mina angisathandi ngayo
Nayi nemizwa yami
Bonhlala wazi mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
[Verse 7]
Ngithe sorry, noma ngingazi ngenze ntoni
Ngina 31 manje ntombi ngibheke ku 40
Isikhathi sokudlala angisenaso angisaflopi
Ngivalele endlini ka-round ngiyabona awusangikhoni
[Verse 8]
Ngikhathele ukudlala njalo siyaxabana amacala
Sengiyavala izimpi ezingaka ntombi sengiyazivala
Themba lami ngiyak'thanda mani, yini ungaboni ukuthi
Nami sengiyazisola
We mama ngiyakuthanda ma
Wonke lama flopu
Nami ngiyawabona
Please ungangishi awunginike ithuba
Baby maybe ngingashintsha
Maybe ngingashintsha musa ukungishiya
Mama mawungishiya ngeke ngaphila
[Bridge]
Ye baby uthini
Uthini mama
[Verse 9]
Ukuk'thanda ngiyakuthanda
Bengicela wazi
Mina angisafuni ngami
[Outro]
Wena uyisithandwa sami
Bengicela wazi
Mina angisathandi ngami
Nayi nemizwa yami
Bonhlala wazi mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
Written by: Lindokuhle Mqobi Msimango, Phumlani Msawenkosi Xulu, nokubonga nokwanda zulu