Top Songs By Buhle Thela
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Buhle Thela
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Buhle Thela
Songwriter
Lyrics
Wayengazi, yena uJosefa
Mabem'faka emgodini
Babem' lungisela indlela yakhe
Yokungena ebukhosini
Wayengazi, yena uJosefa
Mabem'faka emgodini
Babem' lungisela indlela yakhe
Yokungena ebukhosini
Wayengazi, hhi
(Wayengazi, yena uJosefa)
Mabem'faka
(Mabem'faka emgodini)
Babem' lungisela
(Babem' lungisela indlela yakhe)
Yokungena ebukhosini
(Yokungena ebukhosini)
Khona konke k'sebenzel' ukulunga
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Hai-bo, ha, ha, ha
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Sithi konke
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Kubonke abam'thandayo, uJehova
Konke k'sebenzel' ukulunga
Konke k'sebenzel' ukulunga
Konke
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Kubonke abam'thandayo, uJehova
Nawe mhlobo wam, haibo
(Nawe mhlobo wam, khuzeka)
Mabek'faka
(Mabe'faka emgodini)
Bakulungisela
(Bakulungisela indlela yakho)
Yokungena, haibo
(Yokungena ebukhosini)
Ngithi konke k'sebenzela
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Konke, konke
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Noma sekunzima
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Kubonke abam'thandayo, uJehova
Kulabo
(Kulabo abam'khonzayo)
Nabanye
(Nabanye abam'thembayo)
Ngithi konke
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Kubo, ababize ngecebo lakhe
(Ababize ngecebo lakhe)
He, Kulabo
(Kulabo abam'khonzayo)
Nabanye
(Nabanye abam'thembayo)
Ngithi konke
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Ubiziwe nawe, ngecebo lakhe
(Ababize ngecebo lakhe)
Ngithi konke k'sebenzela ukulunga
Konke k'sebenzel' ukulunga
Ngithi konke k'sebenzel' ukulunga
Kubonke abam'thandayo, uJehova
Ngithi konke
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Noma sekwehlela
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Noma kwenyukela
(Konke k'sebenzel' ukulunga)
Uyam'thanda nawe
(Kubonke abam'thandayo, uJehova)
Written by: Buhle Thela