Lyrics

Ungishaya nge Kappa my love Nge Kappa my love Ungishaya nge Kappa my love Nge Kappa my love Ungishaya nge Kappa my love Ngithi ngiyamthint'umydali ungishaya isandla Hasta la vista my babe ngiphel'amandla Lekelelani bathi injobo ithungelw'ebandla Crème de la crème uthando lwethu belunamandla Uthi waqhathwa phel'udali ubuy'enkandla Sibang'ingane lena ebengiyoyifak'isphandla Nge Kappa my love Ungishaya nge Kappa my love Silent treatment udali akangikhulumisi Usengizibe isikhathi eside lento lena ayisahlekisi Love department, uthando alusangijabulisi Kodwa umayonile yena udali akaxolisi Nginemcabango emide lendaba ayisalalisi Awu sondela phela Dali ngicel'ukiss Nge Kappa my love Ungishaya nge Kappa my love Nge Kappa my love Ungishaya nge Kappa my love (Silale singabangani) (Manje sesibangani?) (Awu MaHlabangani) (Uma ngonile awusho ngani?) (Ulalela abangani) (Othandweni lwethu bangene ngani?) (Ukuthi sesibangani angazi nami kucish'ibani) (Awu shwelee Dali ngixolele) (Ngizwele ngiyazi ungikwatele) (Thina sizele Dali amawele) (Acabangele uthando lwethu siluvikele) Ungishaya nge Kappa my love Nge Kappa my love Ungishaya nge Kappa my love Nge Kappa my love Ungishaya nge Kappa my love Ngithi ngiyamthint'umydali ungishaya isandla Hasta la vista my babe ngiphel'amandla Lekelelani bathi injobo ithungelw'ebandla Crème de la crème uthando lwethu belunamandla Uthi waqhathwa phel'udali ubuy'enkandla Sibang'ingane lena ebengiyoyifak'isphandla Nge Kappa my love Ungishaya nge Kappa my love Silent treatment udali akangikhulumisi Usengizibe isikhathi eside lento lena ayisahlekisi Love department, uthando alusangijabulisi Kodwa umayonile yena udali akaxolisi Nginemcabango emide lendaba ayisalalisi Awu sondela phela Dali ngicel'ukiss Nge Kappa my love Ungishaya nge Kappa my love Nge Kappa my love Ungishaya nge Kappa my love (Silale singabangani) (Manje sesibangani?) (Awu MaHlabangani) (Uma ngonile awusho ngani?) (Ulalela abangani) (Othandweni lwethu bangene ngani?) (Ukuthi sesibangani angazi nami kucish'ibani) (Awu shwelee Dali ngixolele) (Ngizwele ngiyazi ungikwatele) (Thina sizele Dali amawele) (Acabangele uthando lwethu siluvikele)
Writer(s): Scebi Dlamini Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out