Lyrics

Ngithi zinike nkosi yami izitha zami izibopho yihambe Aziyobopha abanye Aziyobopha abanye Zingiyeke mina Ngithi zinike nkosi yami izitha zami izibopho yihambe Aziyibopha abanye Aziyobopha abanye Zingiyeke mina Ngithi zinike nkosi yami i'tha zami izibopho yihambe Aziyibopha abanye Aziyobopha abanye Zingiyeke mina Ngoba konke lokh'abakwenzayo Bakwenza ngenhloso Baba banike amandla nabo beqhubeke Ngoba konke lokh'abakwenzayo Bakwenza ngenhloso Baba banike amandla nabo beqhubeke Ngoba konke lokh'abakwenzayo Bakwenza ngenhloso Baba banike amandla nabo beqhubeke Mina anginacala nabo Nabo bayazi Mina anginacala nabo Ngithi zinike nkosi yami izitha zami izibopho yihambe Aziyibopha abanye Aziyobopha abanye Zingiyeke mina (Ngifuna behambe beze befike la kuphela khon'umhlaba) (Hhawu yelul'ibanga labo baba bephephe) (Ngifuna behambe beze befike la kuphela khon'umhlaba) (Hhawu yelul'ibanga labo baba bephephe) (Ngifuna behambe beze befike la kuphela khon'umhlaba) (Hhawu yelul'ibanga labo baba bephephe) (Ngifuna bekhule bengashoni) (Ngifuna bekhule bengashoni) (Abaphephe ukuze bephele) (Ngifuna bekhule bengashoni) (Ngifuna behambe beze befike la kuphela khon'umhlaba) (Ngifuna bekhule bengashoni) (Abaphephe ukuze bephele) (Hhawu yelul'ibanga labo baba bephephe) (Ngifuna behambe beze befike la kuphela khon'umhlaba) (Hhawu yelul'ibanga labo baba bephephe) Ngiqalekis'ingelosi yokuthakatha kubo (Ngifuna behambe beze befike la kuphela khon'umhlaba) Ayingabayeki, noma sebengathandi abadlule (Hhawu yelul'ibanga labo baba bephephe) Ngiqalekis'ingelosi yokuthakatha kubo (Ngifuna behambe beze befike la kuphela khon'umhlaba) Abangakuyeki, noma sebengathandi abadlule (Hhawu yelul'ibanga labo baba bephephe)
Writer(s): Mphiliseni Gumede Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out