Top Songs By Thando Zide
Similar Songs
Credits
COMPOSITION & LYRICS
Thandokazi Phanyaphanya
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Fundile Dlamini
Producer
Lyrics
Is'khathi sakho ng'naso mina
Uthando olufudumele
Hlala nami
Hlala nami ngikubonise uthando lweqiniso
Hlala nami
Ngivumela ngiyiphathe ezandleni zami
Leyo ntliziyo yakho yakho
Ng'yazi usulimele kakhulu
Themba mina ngiyazi kunjani uk'thanda Umuntu ongak'thandi
(Themba mina uyoyithokozela
Indlela engiyokuthanda ngayo)
Ngiyeke, ngiyeke, ngiyeke
(Ngiyeke ngik'khombise
Ukubaluleka kobudlelwane bethu)
Ngizok'naka wena
Ngizok'naka wena
Ngizok'naka wena (Ungowami)
Ngizok'naka wena (Ungowami)
Ngizok'naka wena (Ungowami)
('Bambela eduze nami) Ngizok'naka wena
Olunje ngeke uluthole kwabanye abantu
(Ngeke uluthole kwenye indawo)
Uthando olukwazi ukukuthanda malanga Onke
(Malanga'emabi, malanga'emahle)
Uthando olungajahile
Oluzimisele ngawe
Olukwenza wazi ukubaluleka kwakho
(Ngivumele ngiyiphathe ezandleni zami)
(Themba mina uyoyithokozela
Indlela engiyokuthanda ngayo)
Ooh ngiyeke
(Ngiyeke ngik'khombise
Ukubaluleka kobudlelwane bethu)
Ngizok'naka wena
Ngizok'naka wena
Ngizok'naka wena (Ngoba ungowami wena)
Ngizok'naka wena (Malanga onke, 'ntsuku Zonke)
Ngizok'naka wena (Ngizok'naka wena)
Ngizok'naka wena
Writer(s): Thandokazi Phanyaphanya
Lyrics powered by www.musixmatch.com