Credits
PERFORMING ARTISTS
Inkos'yamagcokama
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Scebi Dlamini
Songwriter
Lyrics
Dear Ex yami
Dear Ex yami wee
Dear Ex yami
Dear Ex yami hhoo
Njengoba wadl'uthando lwami
Uzong'khalela manje
Njengoba wadl'uthando lwami
Usufun'ukbuya manje
Njengoba wadl'imali yami
Uzong'khalela manje
Yakhala manje
Wen'usufuna i-love back
Usuyakhala
Usufuna i-love back
Yeeh yakhala manje
Usufuna i-love back
Sorry Ex yami ang'senal'uthando
Wena wang'hlukumeza
Sorry Ex yami ang'senal'uthando
Wena wang'phoxakabi
Sorry Ex yami ang'senal'uthando
Wena wang'hlukumeza
Njengoba wadl'uthando lwami
Usufun'ukubuya manje
Njengoba wadl'uthando lwami
Uzong'khalela manje
Ngab'ukhala ama dayimane umangingabuya ngikunike uthando lwami
Ngab'ukhala ama dayimane umangingabuya ngikunike uthando lwami
Ngab'ukhala ama dayimani umangingabuya ngikunike uthando lwami
Ngab'ukhala ama dayimane umangingabuya ngikunike uthando lwami
Wena wang'hlukumeza kabi
Ang'soze ng'phinde ngik'xolele
Wena wang'hlukumeza kabi
Ang'soze ng'phinde ngik'xolele
Wena wang'hlukumeza kabi
Ang'soze ng'phinde ngik'xolele
Dear Ex yami
Dear Ex yami wee
Dear Ex yami
Dear Ex yami hhoo
Njengoba wadl'uthando lwami
Uzong'khalela manje
Njengoba wadl'uthando lwami
Usufuna uk'buya manje
Njengoba wadl'imali yami
Uzong'khalela manje
Yakhala manje
Wen'usufuna i-love back
Usuyakhala
Usufuna i-love back
Yeeh yakhala manje
Usufuna i-love back
Sorry Ex yami ang'senal'uthando
Wena wang'hlukumeza
Sorry Ex yami ang'senal'uthando
Wena wang'phoxa kabi
Sorry Ex yami ang'senal'uthando
Wena wang'hlukumeza
Njengoba wadl'uthando lwami
Usufun'ukubuya manje
Njengoba wadl'uthando lwami
Uzong'khalela manje
Wena wang'hlukumeza kabi (Ngab'ukhala ama dayimane)
Ang'soze ng'phinde ngik'xolele (Umangingabuya ngikunik'uthando lwami)
Wena wang'hlukumeza kabi (Ngab'ukhala ama dayimane)
Ang'soze ng'phinde ngik'xolele (Umangingabuya ngikunike uthando lwami)
Wena wang'hlukumeza kabi (Ngab'ukhala ama dayimane)
Ang'soze ng'phinde ngik'xolele (Umangingabuya ngikunik'uthando lwami)
(Ngab'ukhala ama dayimane, uma ngingabuya ngikunik'uthando lwami)
(Ngab'ukhala ama dayimane, uma ngingabuya ngikunik'uthando lwami)
(Ngab'ukhala ama dayimane, uma ngingabuya ngikunik'uthando lwami)
Writer(s): Scebi Dlamini
Lyrics powered by www.musixmatch.com