Lyrics
Uh, uh, uh
Uh, uh, uh, weh
Uh, uh, uh, weh
Usukulude, lude singalwanga
Usukulude, lude singalwanga
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga
Ngahlangana nebhodw'emnyango
Ngizula beng'vika amanzi abilayo
Mina nethawul' lemanzi siyazwana kulamalanga
Angazi sibangani mntan'omuntu
Mina ngiyayisebenzel' iyingane ilala idlile kodwa
Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sami
Uma ngiwushiya lomhlaba
Ngimelwa yinhliziyo ungakhali
Ngibulawe nguwe
Usukulude, lude singalwanga (hhay' weh, hhay' weh)
Usukulude, lude singalwanga (hhay' weh, hhay' weh)
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga
Noma kunzima, noma kulukhuni bo
Hhayi ngoba ngiyak'thanda mina ngizohlala nawe
Noma kunzima, noma kulukhuni weh
Ngoba ngiyak'thanda, ayi ngiyohlala nawe
Mina ngiyay'sebenzеl' iyingane ilala idlile kodwa
Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sami
Uma ngiwushiya lomhlaba
Ngimеlwa yinhliziyo ungakhali
Ngibulawe nguwe
Usukulude, lude singalwanga (hhay' weh, hhay' weh)
Usukulude, lude singalwanga (hhay' weh, hhay' weh)
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga
Noma kunzima (hhay' weh), noma kulukhuni (hhay' weh)
Ngoba ngiyak'thanda (ng'zobambelela mama)

Writer(s): Themba Sekowe, Lindokuhle Mgedezi, Howard Thabang Gomba, Malibongwe Mhlauli
Lyrics powered by www.musixmatch.com